Tuesday, March 28, 2017

OPENING SONG BY JOYOUS CELEBRATION 19


Sikhululiwe sathethelelwa,
salungisiswa
Satholakala singenal' icala
Uthando lwakhe nomusa wakhe
wosisibekela
Senziwe sabangabantwana nguye
Watheng' impilo yami
Wangenza ngamuhle
Mina ngibong' uJesu
Inhliziy' ithabile, umoya wam' uthule
Mina ngithand' uJesu
Ngimi esiphambanweni ngibuka
amanxeba
Ezinyaweni ezandleni
Zono zam zakudweba
Wabethelwa lachitheka igazi kuba yena
emsulwa
Ngonyama yezulu wasifela thina
Igazi lakhe lazihlamb' izono zonke
zawo lo
mhlaba
Haw' haw' haw' zapheleliswa

No comments: