Sunday, April 23, 2017

NGIZOLIBONGA LYRICS BY JOYOUS CELEBRATION 21


Ngiphakamisela amehlo ami kuwe msindisi
Nguwe ithembalami ekuhambeni kwami.
Wena walizwa izwi lomkhuleko wami
Ngikhala kuwe msindisi
Welula isandla sakho wangiphakamisa.


Ngizolibonga, ngizolibonga
Ngizolibonga elakho igama

Ungena nathi, ungena nathi
Ungena nathi esithandweni somlilo