Wednesday, April 26, 2017

UNKULUNKULU WEZIMANGA LYRICS BY NOMTHY SIBISI FT. JOYOUS 21


Sikhonz' uManqoba, sikhonza oMdala Wezinsuku
Sikhonz' uNkulunkulu wezimanga
(Repeat)

Wezimanga, wezimanga, wezimanga.
Sikhonz' uMadida, sikhonz' uJesu
Sikhonz' uNkulunkulu wezimanga

UJesu usimangazile
Yingakho sihlabelela
Ngoba nguye owenzile izimanga
Wasikhiph' ezinkingeni mayeh
Yingakho simile la simemezela ukunqoda kukaJesu
Weh! Nkosi yami sikhonz' uJesu thina wezimanga

No comments: