Namaza ngamaza agubhayo [And the excavating waves]
Nezulu seliguqubele [And the sky has turned grey]
Akekho baba ongasisiza [There is no one out there to help us]
Nguwe wedwa [You're the only one]
CHORUS
Lapho ulalelwa ngamaza la [That the waves get to respect]
Uma ethi( Thula thula, thula thula) [When you say be still]
Noma ulwandle lugubhayo [Even when the ocean is excavating]
Noma amadimoni alingayo [Even when the demons are attacking] Ungesishonis' isikepe lesi [You won't let this ship sink]
EsinoSomandla phakathi le [It has the Almighty in it]
Uyalalela umoya wam [My soul shall listen to you]
Uma uthi thula [When you say be still]
Thula uthi nya [Be still completely]
Nkosi siyacela baba [Lord please]
Vuka manje usisindise [Wake up and protect]
Usisindise thina [And protect us]
Ngokuba [Because there's no one else but you]
Onakho, onakho ukusisiza [That is able to save us]
Ngoba wena [Because you]
(Chorus)
No comments:
Post a Comment
Write a correction.