Friday, April 24, 2015

NANT’ ITHUBA LYRICS BY MTHUNZI NAMBA JOYOUS CELEBRATION 19


Oh nant’ ithuba siliyeka
Nank’ umusa ongaka
Ngoba asilethi asilahli
Konke kuy’ uMsindisi

Woza, woza je ngamanje
Woza, mus’ ukulibala
Letha izinhlungu zakho
Ngoba yena uzokuphumuza

(Chorus)
Woza kuye masinyane
Letha imithwalo yakho
Goba, ibek’ enyaweni zakhe
Ngoba Yena uzokuthwalela

(Chorus)

Woza kuye, woza masinyane
Uzokuthwalela, woza kumsindisi
 


No comments: