Monday, December 5, 2016

KULUNGILE LYRICS BY SFISO NCWANE


Baba kulungile ma kutintando yakho okwenzek'ezimpilweni zethu.
(Kulungile Baba)
Kulungile ke Baba
e-kulungile Somandla,
kulungile ke, Baba.
e-kulungile makuyintando yakho
(Kulungile ke Baba)
Kulunge konke Somandla.
e-kulungile ke Baba.
Makuyintando yaKho Baba
e-kulungile ke Baba
konke okwenzekaya makuyintando yakho Somandla.
Ye kulungile ke Somandla, kulungile ke.
Makuyintando yakho Somandla, konke okwenzekaya ezimpilweni zethu kulungile ke.
Noma kukubi noma kukuhle kulungile,
kodwa makuyintando yakho,
makuvhume wena.
Noma ukholo lwethu belunyakazisa Baba,
noma imvungumvungu zifika,
kulungile ke.
Kulungile ke Somandla.
Kulungile makuvhume Wena.
Kulungile Oh!
(Kulungile ke Baba)
Noma kwenzek'izinto ezibuhlungu ezimpilweni zethu.
Kodwa kulungile.
Noma besihlukumeza besihluphel'ukholo lwethu, Ah!
Kulungile ke Baba.
Noma kubuhlungu, kodwa kulungile.
Lalela!
Ngithi noma kunenkinga laph'ekhaya kodwa ngithi ke,
makuyintando yaKhe kulungile ke.
Nom'omakhelwana behlekisa ngawe, kodwa makuyintando yaKhe, kulungile.
Noma sebehleka ngawe, behleba ngawe kulungile ke, ah!
Ngithi noma ushado wako ubhidlika laph'ekhaya kodwa ngithi, makuyintando YaKhe yena,
kulungile Baba ah!
kulungile. Noma umsebenzi usukuphelele kodwa makuyintando yaKho,
kulungile.
Ah! Uyazi ulala ungadlile ekhaya, kodwa kulungile ke.
Makuyintando yakho Baba kulungile.
Noma inkinga zikulandela kodwa makuyintando yaKhe.
mus' ukukhala, usukhala usatane uzojabula.
Eh kulungile Baba.
Kulungile Baba.
Kulungile Somandla.
makuyintando yaKho Baba.
Baba makuvhume Wena ngempilo zethu, kulungile ke.
Kulungile Baba.
Kulungile ah!
Mus'kukhala, mus'kukhala,
sul'inyembezi Ah!

No comments: