Sawubona ,kunjan kuwe
(hello how are you?)
bengisacela noma imizuzu emithathu yesikhathi sakho
(may i kindly have few seconds with you)
angazi noma usang'khumbula na
(i don't know if you still remember me)
kodwa yimi loya nkulunkulu ohlala njalo ekuvus'ekseni
(but i am the God who wakes you up every morning)
kodw'angazi nom'uyazibona zonki'izinto
engikwenzela zona skhathi sonke
(i don't know if you can see all the things
i keep on doing for you all the time)
kaz'uyaz ukuthi nalokhu konke onakho
imisebenzi yezandla zami
(i don't know if you still remember that everything
you have is because of me)
khumbul'ukuthi uthandwe
(remember you are loved)
uhlale njalo use ngqondweni yami
(you are always in my thoughts)
noma sekuphele konke
(even if all may disappear)
uhlal\e njalo waz'ukuthi ngiyakuthanda
(always know that i love you)
ngahlala phansi
( i sat down)
mangihlel'mpilo yakho
(when i planned your life)
ngakudala ngasineke nokuqaphela
(i always cared and am careful)
khumbula ukuthi ungumfanekiso wami wena
(remember you are my image)
mangibona wena ng'bona mina
(when i see you i see me)
nginesikhwele nawe s'dalwa esihle
(i'm jelous of you beautiful creature)
remember ,believe it you are my chosen one
remember ,believe it yes you are my chosen one
No comments:
Post a Comment