Sithi Bayede Kuwe Somandla
(We praise, we Hail you Almighty One)
Asimbonanga onjengawe
(We have not seen anyone like You)
Angimbon’omunye Olingana nawe
(I have not seen anyone else who compares to You)
Enhlizweni yami Uyabusa nkosi yami
(You reign In my heart My Lord)
Lingcwel' igama lakho Alikhw' elinye elinjengalo
(Holy is Your name There is no other name like it)
"Ngingufakazi
Alikho elinye elinjengalo
Hey hey ungadlali abantu
Akuphenduleli kubaprofethi bamanga
Jehova ungumalusi wami
Igama likaJesu lingumbhoshongo onamandla
Abalungule babalekela kulo bayalondeka
Ilona isihlalo ilona elinikeziwe ukuthi abantu basindiswe ngalo
Jesu igama lakho
Alikho elinye elinamandla okuvula amasango avaliwe
Alikho elikwazi uku reverse izinto ezikhulelekayo
Igama likaJesu alikho
Besibiza lona livula iminyango
Njalo besibiza legama
Lenze ongekhoyo kube khona
Linamandla
Kwabasindiswayo linamandla
Kwababhubhayo liwubuwula
Kodwa kithi linamandla
Amandla esiphambano amandla"
No comments:
Post a Comment