Wednesday, October 4, 2023

DeeTheGeneral - Thandaza LYRICS WITH TRANSLATION Ft Hlengiwe Mhlaba


[Dee]
Wawu khona emandulo 
Wa dala umhlaba ne zulu 
Uma si bheka phezulu
 lapho usizo lwethu luvela khona
 [x2]

Noma kwenyukela 
Ngizothandaza weeeh
Ngizothandaza weeeh 
[x2]

[Mam’Hlengiwe]
Imizamo yami 
Nginikela kuwe 
Ukuze ungthathe ungbheke phezulu 
Wena uzong thatha ungbheke phezulu 
Sebeng zame konke 
Ngaya nabakithi mbala 
Kodwa ngithandaza wena 
Ngibheka phezulu
Ngibheka emazulwini 
Usizo lwami luvela khona 

[Dee]
Noma kwenyukela 
Ngizothandaza weeeh
Ngizothandaza weeeh 
[x2]


[Mam’Hlengiwe]
Thandaza wena 
Ngithandaza wena
Ngithandaza wena 
Thandaza wena
Thandaza wena
Ngithandaza wena 
Ngithandaza wena 
Wena wedwa 
Awu hluleki
 somandla 
Sonini 
Ndoda yethu 
Siyathandaza 
Mananjalo 
Sibheke phezulu 
Sithethele phezulu 
Thina siya phezulu 
Wena uyi Nkosi ya phezulu 
Sithembe wena 
As’lutho ngaphandle kwakho 
Si phakamisela phezulu 

Sithandaza wena 
Sithandaza wena 
Sikhothama kuwe 
Sikhothama kuwe

(Tongues)
Sithi bayede kuwe
Sithi bayede 
Wena onga hluleki 
Uyamthatha umuntu enge lutho 

[Dee]
Noma kwenyukela 
Ngizothandaza weeeh
Ngizothandaza weeeh 

[Mam’Hlengiwe]
Ngoba Sithandaza wena

[Dee]
Noma kwenyukela 
Ngizothandaza weeeh
Ngizothandaza weeeh 

[Mam’Hlengiwe]
Sithandaza wena 
Sithandaza wena 
Ayi baba 
Ayi Jesu 
Ayi baba
Sithandaza wena
Aibo 
Sithandaza wena 
Phakama phakama 
Up up up up up
Up up up up up up hii 
Aiiyayayayayaya hii shuuu uzwa 
Aibo 

Se Sithandaza yena (Aiiyayayayayaya)
Wena umbethe amandla njenge ngubo (Aiiyayayayayaya)
Wena ndoda yempi (Aiiyayayayayaya)
Sithandaza wena
Oooh
Sithandaza wena
ooooh 
Sithandaza wena 
oooh
Aiiyayayayayaya 
Aiiyayayayayaya

No comments: